African Music Mbuzeni – Wasala Kanjalo

Mbuzeni – Wasala Kanjalo

Wasala Kanjalo by Mbuzeni

NEW 2024 LATEST GOSPEL MUSIC ALERT; Mbuzeni Wasala Kanjalo MP3 by Mbuzeni Check-Out this amazing brand new single + the Lyrics of the song and the official music-video titled Wasala Kanjalo from UNGISHIYELANI ALBUM by a renowned & anointed Christian music artist Mbuzeni

Stream and Download this amazing mp3 audio single for free and don’t forget to share with your friends and family for them to be a blessed through this powerful & melodius gospel music, and also don’t forget to drop your comment using the comment box below, we look forward to hearing from you. Thanks!! . #GospelJingle

DOWNLOAD HERE

Mbuzeni Wasala Kanjalo Lyrics
Ngicel’ungitshele mntan’omuntu
Ngabe yin’inkinga yakho
Wasala kanjani no heyi (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo
Ngicel’ungitshele mntan’omuntu
Ngabe yin’inkinga yakho
Wabalekelan’umuntu wakho heyi (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo
Ngitshele mntan’omuntu
Njengob’umuhle kanjena
Waxoshwa yini heyi (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo
Ngitshele mntan’omuntu
Njengob’unamagwegwe
Wabalekelan’umuntu wakho heyi (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo
Njengob’umuhle kanjena
Yin’inkinga yakho
Yaxoshwa yin’indoda heyi (Usale kanjalo)
Usale kanjalo
Mtanomuntu
Ngabe ngiyakushela
Manje nami ngizobaleka (Usale kanjalo)
Njengendoda yakho (Usale kanjalo)
Njengob’umuhle kanjena mntan’omuntu
Ngabe ngiyakushela
Mes’ungiqoma ngizobaleka nami (Usale kanjalo)
Ngob’angazi (Usale kanjalo)
Ngabe ngiyakushela mntan’omuntu
Ngisab’ukuth’uzongiqoma
Bese ngiyabaleka (Usale kanjani)
Usale kanjalo (Usale kanjalo)
Ngabe ngiyakushela mntan’omuntu
Manj’inking’ukuth’uzongiqoma
Bese ngidla phansi (Usale kanjalo)
Njengendoda yakho (Usale kanjalo)
Wasala kanjalo
Wasala kanjalo
Yini
Hoya
Wasala kanjalo
Wasala kanjalo
Wasala kanjalo
Wasala kanjalo
Wasala kanjalo
Kanti yini
Heyi wasala kanjalo (Wasala kanjalo)
Uphelel’umuhle (Wasala kanjalo)
Unayo yonk’int’imal’ikhona kuwe (Wasala kanjalo)
Yin’inkinga (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo (Wasala kanjalo)
Kanti yini heyi (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo
Nami ngizobaleka (Wasala kanjalo)
Usale kanjalo (Wasala kanjalo)
Angiyaz’inkinga yakho (Wasala kanjalo)
Wasala kanjalo
Nami ngizobaleka (Wasala kanjalo)
Usale kanjalo (Wasala kanjalo)
Kant’inton’exosh’amadoda (Wasala kanjalo)
Unani (Wasala kanjalo)
Heyi nami ngizobaleka bo (Usale kanjalo)
Ngilingis’uNomvula bo (Usale kanjalo)
Owathath’izimpahla zami nami ngabaleka (Usale kanjalo)
Usale kanjalo
Kwakungcon’uNomvula (Usale kanjalo)
Ngoba wayenenyoka (Usale kanjalo)
Mina ngaxoshwa inyoka (Usale kanjalo)
Usale kanjalo
Ngithi nami ngizobaleka (Usale kanjalo)
Ngibaleke kuwe (Usale kanjalo)
Angifun’ukukuhetha mntan’omuntu (Usale kanjalo)
Usale kanjalo
Kanti yini mntan’omuntu (Usale kanjalo)
Wen’ufun’inkukh’emnyama (Usale kanjalo)
Ikuyis’emanzin’uyogeza lonk’ibhadi (Usale kanjalo)
Usale kanjalo
Ngithi wen’ufun’inkukh’emnyama (Usale kanjalo)
Uyogez’eKaMnyama muntu (Usale kanjalo)
Kepha yini l’exosh’amadoda hayi bo (Usale kanjalo)
Usale kanjalo
Usale kanjalo
Usale kanjalo
Usale kanjalo
Usale kanjalo

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here