Imali Kahulumeni by Mbuzeni

NEW 2024 LATEST GOSPEL MUSIC ALERT; Mbuzeni Imali Kahulumeni MP3 by Mbuzeni Check-Out this amazing brand new single + the Lyrics of the song and the official music-video titled Imali Kahulumeni from UNGISHIYELANI ALBUM by a renowned & anointed Christian music artist Mbuzeni

Stream and Download this amazing mp3 audio single for free and don’t forget to share with your friends and family for them to be a blessed through this powerful & melodius gospel music, and also don’t forget to drop your comment using the comment box below, we look forward to hearing from you. Thanks!! . #GospelJingle

DOWNLOAD HERE

Mbuzeni Imali Kahulumeni Lyrics
Bayithatha
Imali kahulumeni
Kwase kufik’abomthetho
Baboshw’abantu
Bayithatha
Imali kaHulumeni
Kwase kufik’uBheki Cele
Baboshw’abantu
Okush’ukuthi
Kwakune-connection (Kwakungenzeka kanjani)
Kwakungenzeka kanjani lokho
Ebekhon’amaguard
Okush’ukuthi
Kwakune-connection (Kwakungenzeka kanjani)
Kwakungenzeka kanjani lokho
Ebekhon’amaguard
Labaleka
Lelo security
Emva kwalokho
Latheng’iLamborghini
Labaleka
Lelo security
Emva kwalokho
Latheng’iLamborghini
Ngithi bayithatha weh (Bayithatha)
Bayithatha (Imali kaHulumeni)
Imali kaHulumeni (Kwase kufik’abomthetho)
Hayi bo (Baboshw’abantu)
Ngithi bayithatha weh (Bayithatha)
Bayithatha (Imali kaHulumeni)
Imali kaHulumeni (Kwase kufik’uBheki Cele)
Hayi (Baboshw’abantu)
Okush’ukuthi (Okush’ukuthi)
Okush’ukuthi (Kwakuneconnection)
Kwakungenzeka kanjani (Kwakungenzeka kanjani lokho)
Hayi (Ebekhon’amaguard)
Okush’ukuthi (Okush’ukuthi)
Okush’ukuthi (Kwakuneconnection)
Heya heya (Kwakungenzeka kanjani lokho)
Oh ho (Ebekhon’amaguard)
Labaleka (Labaleka)
Labaleka (Lelo security)
Lelo security weh (Emva kwalokho)
Hayi bo (Latheng’iLamborghini)
Lavele ladla phansi (Labaleka)
Labaleka (Lelo security)
Lelo security weh (Emva kwalokho)
Emva kwalokho (Latheng’iLamborghini)
Bakhohlisw’isangoma (Sasinamanga)
Sasinamanga (Leso sangoma)
Heyi heyi (Saqamb’amanga)
Hayi weh (Leso sangoma)
Sasinamanga (Sasinamanga)
Sasinamanga (Leso sangoma)
Sathi ngeke baboshwe (Saqamb’amanga)
Baboshwa (Leso sangoma)
Sasinamanga (Sasinamanga)
Sasinamanga (Leso sangoma)
Heyi heyi (Saqamb’amanga)
Saqamb’amanga (Leso sangoma)
Sasinamanga (Sasinamanga)
Sasinamanga (Leso sangoma)
Sasiqamb’amanga woh (Saqamb’amanga)
Leso sangoma
Babedlal’isangoma
Sinamanga
Heyi heyi
Hayi
Sasinamanga
Sasinamanga
Leso sangoma
Sadlala ngabo
Sathi ngeke baboshwe
Ngithi bayithatha (Bayithatha)
Hayi bo heh (Imali kaHulumeni)
Imali kaHulumeni (Kwase kufik’abomthetho)
Hayi (Baboshw’abantu)
Ngithi bayithatha (Bayithatha)
Bayithatha (Imali kahulumeni)
Emva kwalokho (Kwase kufik’uBheki Cele)
Hayi (Baboshw’abantu)
Sasinamanga (Sasinamanga)
Sasinamanga (Leso sangoma)
Heyi heyi (Saqamb’amanga)
Hayi (Leso sangoma)
Sasinamanga (Sasinamanga)
Heyi (Leso sangoma)
Heyi heyi (Saqamb’amanga)
Leso sangoma
Bakhohlisw’isangoma lamadoda (Sasinamanga)
Hayi (Leso sangoma)
Kanti ingalo yomthetho yinde (Saqamb’amanga)
Weh (Leso sangoma)
Kanti ingalo yomthetho yinde (Sasinamanga)
Sasinamanga (Leso sangoma)
Ngiyanibonga bantu bomthetho (Saqamb’amanga)
Hayi bo (Leso sangoma)

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here