Ufunani Ethekwini by Mbuzeni

NEW 2024 LATEST GOSPEL MUSIC ALERT; Mbuzeni Ufunani Ethekwini MP3 by Mbuzeni Check-Out this amazing brand new single + the Lyrics of the song and the official music-video titled Ufunani Ethekwini from UNGISHIYELANI ALBUM by a renowned & anointed Christian music artist Mbuzeni

Stream and Download this amazing mp3 audio single for free and don’t forget to share with your friends and family for them to be a blessed through this powerful & melodius gospel music, and also don’t forget to drop your comment using the comment box below, we look forward to hearing from you. Thanks!! . #GospelJingle

DOWNLOAD HERE

Mbuzeni Ufunani Ethekwini Lyrics
Ngiyakukhumbula
Ngiyakukhumbula hayi weh
Ngiyakukhumbula sithandwa sami bo
Ngiyakukhumbula
Ngiyakukhumbula hayi weh
Ngiyakukhumbula sithandwa sami bo
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Int’engiphatha kabi
Wavele wabaleka washiy’izingane
Washiy’usan’oluncane
Luhlala lukhala libuz’umama
Washiy’izingane
Wabaleka way’eThekwini
Ngambona kuFacebook
Uhamba noZodwa Wabantu
Ufunan’eThekwini mntan’omuntu heyi heyi heyi yoh
Khumbule
Khumbule
Khumbul’ekhaya
Khumbule
Khumbule
Khumbul’ekhaya
Mina nawe
Kwakungamele sihlukane (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Oh woh (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Ayi mtanomuntu (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Kwakungamele sihlukane (Sithandwa sami)
Mntanomuntu kwakungamel’ubaleke (Mina nawe)
Kwakumel’uchaze (Kwakungamele sihlukane)
Uma ngakuphatha kabi (Mina nawe)
Kwakumel’ungichazele (Kwakungamele sihlukane)
Hay’ukuth’ubaleke (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Oh woh (Sithandwa sami)
Ufunan’eThekwini (Sebekukhomb’eThekwini)
Ufunan’eThekwini (Sebekukhomb’egagasini)
Ufunan’eYadini (Sebekukhomb’eThekwini)
Ufunan’eThekwini (Sebekukhomb’egagasini)
Oh woh (Sebekukhomb’eThekwini)
Mntan’omuntu (Sebekukhomb’egagasini)
Oh woh (Sebekukhomb’eThekwini)
EThekwini (Sebekukhomb’egagasini)
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Oh yah (Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi)
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Int’engiphatha kabi
Yilontwan’oncane
Int’engiphatha kabi
Yilolusan’oncane
Luhlala lungibuza
Ukuth’umama kant’ukuphi na
Ngakubona kufacebook
Uhamba noZodwa wabantu
Ngakubona kufacebook
Uhamba noZodwa wabantu
Ningagqokanga mntan’omunt’uyangihlaza
Ningagqokanga kanti zazikuph’izimpahla
Weh Zodwa wabantu
Ngiyakwesaba wangimoshel’umuntu wami
Weh Zodwa wabantu
Ngiyakwesaba wangimoshel’umuntu wami
Mina nawe
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Oh woh (Mina nawe)
Oh woh (Kwakungamele sihlukane)
Oh woh (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Oh woh (Sithandwa sami)
Ufunan’eThekwini (Mina nawe)
Ufunan’eThekwini (Kwakungamele sihlukane)
Ufunan’eThekwini (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Ayi mtanomuntu (Mina nawe)
Mina nawe (Kwakungamele sihlukane)
Sithandwa sami
Ufunan’eYadini (Sebekukhomb’eThekwini)
Ufunan’eThekwini (Sebekukhomb’egagasini)
Ufunan’eYadini (Sebekukhomb’eThekwini)
Yintoni le enihlanganisayo (Sebekukhomb’egagasini)
NoZodwa wabantu
Ngoba nginibonile
Nihamba nonke (Sebekukhomb’egagasini)
Ningagqokanga (Sebekukhomb’eThekwini)
Oh woh (Sebekukhomb’egagasini)
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Ayi weh (Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi)
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’into’eyakuxosha kimi
Awungitshele phela
Int’engiphatha kabi mntan’omuntu izingane
Ngafonel’abazali bakho
Bath’abakwazi
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi
Oh woh (Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi)
Ngiyafis’ukwaz’ukuth’inkinga yaba kuphi

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here