Nginguthandiwe by Thinah Zungu

NEW 2024 LATEST GOSPEL MUSIC ALERT; Thinah Zungu Nginguthandiwe MP3 by Thinah Zungu Check-Out this amazing brand new single + the Lyrics of the song and the official music-video titled Nginguthandiwe by a renowned & anointed Christian music artist Thinah Zungu

Stream and Download this amazing mp3 audio single for free and don’t forget to share with your friends and family for them to be a blessed through this powerful & melodius gospel music, and also don’t forget to drop your comment using the comment box below, we look forward to hearing from you. Thanks!! . #GospelJingle

DOWNLOAD HERE

Thinah Zungu Nginguthandiwe Lyrics
Ngenzelw’inceba nje
Ngifumen’umusa
Ngase ngiphiwa igama elisha
Nginguthandiwe
Hayi ngoba ngingcono (Ngenzelw’inceba nje)
Hayi ngoba ngenze kahle (Ngifumen’umusa)
Ukuthi nje ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe)
Hayi ngoba ngingcwele (Ngenzelw’inceba nje)
Nami ngiyahluleka endleleni (Ngifumen’umusa)
Ukuthi nje ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe)
Nami nginamaphutha ami (Ngenzelw’inceba nje)
Kodwa inkosi ayingibaleli wona (Ngifumen’umusa)
Ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe)
Sikhathi eside
Bengihlupheka
Bebengihleka
Nengazalwa nabo
Bengifuna uthando nje
Kodwa ngathol’okungaphezulu kwalo
Ngaze ngaphiwa negama elisha yeah
Ngingithandiwe
Ningibona ngila (Ngenzelw’inceba nje)
Hayi ngoba ngingcono (Ngifumen’umusa)
Ngiphiwe igama elisha (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Ngithandiwe emazulwini (Nginguthandiwe)
Ngithandwe nokwehluleka kwami (Ngenzelw’inceba nje)
Langibhek’izulu ke (Ngifumen’umusa)
Ngithandiwe ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Ayi ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Ngithandwe ngingena mali ke (Ngenzelw’inceba nje)
Ngithandwe ngibuthakathaka (Ngifumen’umusa)
Ngithandiwe emazulwini (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Oh ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Ngithandwe ngingena mali ke (Ngenzelw’inceba nje)
Ngithandiwe ngihlupheka nje (Ngifumen’umusa)
Oh ohh (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Oh ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Intoni iqhawe elinamandla ke
Hamba ngalamandla onikiwe wona
Yiza noba unovalo ke baba
Kodwa uyafuneka empini
Laze lakuthanda izulu
Laze lakunika amandla amasha ke
Waze waphiwa negama elisha
Ungu thandiwe
Uthandiwe emazulwini (Ngenzelw’inceba nje)
Uthandiwe noba ubuthakathaka (Ngifumen’umusa)
Uyakuthanda uJesu (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi wena uthandiwe (Nginguthandiwe)
Nami ngithandwe ngihluleka mina (Ngenzelw’inceba nje)
Langithanda izulu ke (Ngifumen’umusa)
Hayi ngoba ngingcono (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Ukuthi ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Ngithandiwe (Ngifumen’umusa)
Ngithandiwe emazulwini (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Nawe ungathandwa ngalo musa (Nginguthandiwe)
UJesu ukhona
Jesu uyakuthanda (Ngenzelw’inceba nje)
(Ngifumen’umusa)
Ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Nawe uthandiwe (Nginguthandiwe)

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here